I-DA izobhikisha emahhovisi oKlebe
Pretoria – UNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula kulindeleke ukuthi ahambele amahhovisi ophiko loKlebe ePitoli kulandela ukutheleka kobeyNhloko yoKlebe, uBerning Ntlemeza, emsebenzini phezu kokuthi sekufakwe uLieutenant-General Yolisa Matakata esikhundleni sakhe.
Ngokommeli kaNtlemeza, uComfort Ngidi, ikilayenti lakhe lifike emsebenzini ngo-07:30 ekuseni lase labamba imihlangano “ejwayelekile”, lihlelela isonto eliqalayo nezikhulu eziphezulu ezisebenzela lolu phiko.
UNgidi uthi uNtlemeza akazi ukuthi yiliphi iqhaza elibanjwa yilowo osengene esikhundleni sakhe, uMatakata, kodwa wathi uNtlemeza uzosebenza naye.
OLUNYE UDABA:
I-DA ifuna uMbalula athathe isinqumo esiqinile ngoNtlemeza
Iqeqebana labalandeli be-DA liye labhikisha liphikisana noNtlemeza ngaphandle kwamahhovisi oKlebe. Laba babhikishi bebekhuza iziqubulo bethi “uNtlemeza kumele ahambe” njengoba bese kusabalele imibiko yokuthi usethelekile ebhilidini.
Ngesonto eledlule, uNgidi watshela iNews24 ukuthi uzonikela eNkantolo yezokuDluliswa kwamaCala ngenhloso yokudlulisa isinqumo seNkantolo eNkulu neyathola ukuthi ukuqokwa kukaNtlemeza akukho semthethweni.
Ngaphambilini uMbalula uxwayise ngokuthi uzosebenzisa umthetho uma nje uNtlemeza eke walubeka emsebenzini. “Ngiqalisa isinqumo senkantolo. Yena [uNtlemeza] uthi uza ngenkani. Kulungile, sizombona lapho futhi umthetho uzosetshenziswa.”
UNgqongqose wamaPhoyisa ubambe isithangami nabezindaba ngezakamuva ezinthinta lolu daba, wathi uNtlemeza akanawo amandla okuba aye emsebenzini afike ashaye imithetho, inkantolo ingakanqumi lutho ngodaba lwakhe.
UMbalula uqhube wathi: “UNtlemeza ungene emhlanganweni wanxenxa ukuba anikezwe imoto neselula kahulumeni. Kumele zonke lezo ziznto aphucwe zona. Ngeke ngiqophisane namuntu, umuntu onesikhalazo akaxhumane nezinkantolo,” kusho uMbalula.
UMbaulula uthe uMatakata nguye ozoqhubeka nalo msebenzi.
DA says
April 24, 2017
- News 24
NEXT ON NEWS24 ISIZULU
Imiphumela ye-Lotto Plus: 09, 28, 32, 37, 38, 42 ibhonasi: 43
Militants attack Chevron oil facility in Niger delta
Lagos – The Niger Delta Avengers (NDA) militant group on Wednesday rejected a truce offer to end attacks on key oil infrastructure that has cut output in Nigeria.
The NDA wrote on its Twitter account @NDAvengers: "We're not negotiating with any committee. If (the) federal government is discussing with any group they're doing that on their own."
Nigeria's government this week announced it had set up a committee headed by the national security advisor to open talks with the rebels to bring an end to the repeated attacks.
Junior oil minister Emmanuel Ibe Kachikwu also said military operations to hunt down the group in the creeks and swamps of the oil-rich delta region in the south had been scaled back.
The Avengers have attacked facilities operated by the Nigerian subsidiaries of Shell, Eni, Chevron, and the state-run Nigerian National Petroleum Corporation (NNPC) since the start of the year.
The violence over poverty in the region and repeated oil spills has slashed production to 1.6 million barrels per day, well below the budgeted-for 2.2 million bpd, Kachikwu said on Monday.
The NDA is believed to have sympathies for a former oil rebel leader active in the region in the 2000s and who is now wanted on money laundering and corruption charges.
It has also pressed for self-determination for the Niger delta region but maintain its activities are only targeting oil installations rather than the personnel or the military.
Read more on:
Create Profile
Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.
Please provide a username for your profile page:
This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.
Hello
cheap jordans
cheap jordans online
cheap Authentic jordans
cheap jordan shoes
?TID=15506439&PID=13926122#13926122
?30996-crafthammerdesign
cheap retro jordans
cheap real jordans
cheap jordans online
cheap jordans
cheap air jordans
https://bahrainforums....p?p=13471763#post13471763
http://users.atw.hu/dm...rum_topic&topic=12001
http://www.siempreluce...p;view=article&id=115